Jump to content

Isibhakela

Mayelana Wikipedia

Isibhakela umdlalo wokulwa kanye nobuciko bokulwa . Lo mldalo ubanjelwa esitikini, obandakanya abafo ababili abadonyana ngezibhakela isikhathi esithile esinqunyiwe, ngokuvamile kwenziwa ngokugqoka izimpahla zokuzivikela, njengezishume zokuzivikela, izigqoko, kanye nezivqaphamlomo.

Nakuba igama elithi 'isibhakela' livame ukubhekisela endleleni yaseNtshona yokulwa, lapho kusetshenziswa khona izibhakela kuphela, lihlanganisa nezinye izindlela zokulwa ezihlukile zasezifundeni nasemasikweni ahlukahlukene emhlabeni jikelele. Namuhla igama elithi, "isibhakela" lisetshenziswa futhi ukubhekisela kunoma yimuphi umdlalo wokulwa ogxile ekushayaneni, lapho izimbangi ezimbili zilwa zodwa zisebenzisa izibhakela zazo, futhi kungenzeka ukuthi ubandakanye ukukhahlela, ukushaya ngendololwane, ukushaya ngamadolo, kanye nokushaya ngekhanda, kuye ngemithetho. Lokhu kufaka phakathi ukulwa ngamaqupha, isikhahlelo, i-Muay Thai, i-Lethwei, i-savate, kanye ne-sanda . [1] Amaqhingasu esibhakela afakwe kwezobuciko bokulwa obuningi, izinhlelo zempi, kanye neminye imidlalo yokulwa.

Umlando wasendulo

[hlela | Hlela umthombo]
Umdwebo oqoshiwe wase -Akrotiri wesibhakela sentsha yaseMinoan, umdwebo kwkuqala oqoshiwe wezishume zesibhakela, c. 1650 BC
  1. Acevedo, William (18 May 2011). Una visión histórica de las artes marciales mixtas en China. p. 29–44. https://revpubli.unileon.es/ojs/index.php/artesmarciales/article/view/6.